Ukwaziswa

I-PA Sport ingumphakeli wokwaziswa ohamba phambili emhlabeni. Siqoqa futhi siphakele ukwaziswa emidlalweni engaphezu kuka-40 emhlabeni wonke, kuhlanganisa yonke imincintiswano emikhulu ngokwemininimgwane yemakethe ehamba phambili.

Isibonelo, sisenkundleni kuyo yonke imidlalo kusukela kwi-ABSA Premiership, i- National First Division, i-Telkom Charity Cup, i-ABSA Cup ne-Telkom Knockout, siqopha konke okwenzekayo kusukela emaphutheni enzekayo, amakhona, ukukhahlela, nawo wonke amagoli imbala.

Siqoqa futhi siphakele ukwaziswa emidlalweni engaphezu kuka-40 emhlabeni wonke, kuhlanganisa yonke imincintiswano emikhulu ngokwemininimgwane yemakethe ehamba phambili.

Ikhono lethu ekuqopheni nasekufakeni konke lokhu kwaziswa, umdlalo emva komdlalo, kusho ukuthi singanikeza izibalo ezikhona eziphilayo nezifakwe kahle, zama-league amakhulu nemincintiswano emhlabeni wonke, emidlalweni eminingi enhlobonhlobo.